MENZI JELE SAMUKELWE ngezandla ezimhlophe wumkhandlu wesiZwe sakwaButhelezi – esiholwa yiNkosi uZuzifa kaMangosuthu Buthelezi ...
MTHOBISI SITHOLE UNXUSE abafundi bakamatikuletsheni ukuba badele konke abakwenzayo – ngisho imisebenzi yasekhaya uqobo – ...
THANDOLUHLE NGUBO ZIZOFAKWA emabhukwini amnyama, zi-valwe ukuphinde zisebenze kuhulumeni izinkampani nabanikazi bazo abebethola amathenda eminyangweni kahulumeni kodwa umsebenzi ungaphothulwa ...
THANDOLUHLE NGUBO UNGGQONGQOSHE wamaPhoyisa kuzwelonke uMnu Senzo Mchunu uveze ukuthi amaphoyisa ayabazi abantu abafunela ...
KWAKUNENDODA ngama-80s, eyayisivusa ekuseni njalo emsakazweni, uKhozi FM – usabizwa ngeRadio Zulu – imemeza ithi: “Aphi amadoda eMadadeni?” Abanye babethi: “Valani umsakazo nango-ke lowo muntu ...
UDEDELWE ngebheyili ka-R100 000 umbhali wemidlalo yakumabonakude uMnu Dumakude ‘Duma’ kaNdlovu (69), wodumo lwemidlalo okubalwa kuyo uMuvhango, Uzalo, Imbewu neminye. UNdlovu ubevele namuhla eNkantolo ...
BASALISA ngokubanjiswa udonga wuMnyango wezokuThuthukiswa koMnotho KwaZulu-Natal osomabhizinisi abasafufusa, abathi bathenjiswa izizumbulu zemali yoxhaso. Lab’ osomabhizinisi abavela ezindaweni ...
KUSOLWA izinkinga ezahlukene njengembangela yokubambezeleka kokubuya komdlalo kamabonakude, uShaka Ilembe, osematheni kulezi zinsuku emuva kokuqokwa kwawo izikhawu emcimbini wezindondo, iSouth African ...
KUSHAQWE nephoyisa laseNtuzuma, emaphoyiseni amane aboshwe wuphiko loKlebe emuva kokufuna ngodli u-R100 000 ukuze kukhululwe usomabhizinisi wasePhoneix obeboshelwe ukudayisa ugwayi ‘ongekho ...
UVEZE “eyokucupha umgoga” wokufaka isicelo sokuhlukaniswa kwamacala kwekilayenti lakhe ummeli kaMnu Zizi Kodwa (okwesokudla esithombeni) – owayengungqongqoshe wezemidlalo, ubuciko namasiko – uMnu ...
AYAVEVA amalungu omphakathi waseClermont, eThekwini ngomfanyana ochanasa ngaphandle yize evulelwe icala lokunukubeza izingane zomakhelwane, ephindelela. Kubikwa ukuthi umsolwa oneminyaka ewu-13, ...